UThingo lwangitshela ngoNyazi 2009!!

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 апр 2025
  • UNyazi ngalubona eNtabeni ngonyaka ka 2009.
    UMvangeli Mtshali ufakaza ngeNkosi yamaNazaretha uNyazilwezulu.
    #Shembe #eBuhleni

Комментарии • 34

  • @ntokozogumede4141
    @ntokozogumede4141 Год назад +2

    Nkulunkulu wonkulunkulu baba nyaz lwezulu.... ngenelela nkosi uvuse isizwe sakho nkosi engcwele....

  • @bhekixulu345
    @bhekixulu345 3 года назад +47

    Mina benginesikwelethu sika R5000, iskweletu sesizonke ebekufanele ngisikhokhe bekuwu R6500 sekuhlangene nenzalo. Yonke lemali ibamba nge Bank (debit-order). Lemali kwakufanele ibanjwe ngoMarch, kodwa ngenxa yosizi ebesengibhekene nalo lokuphila ngokuboleka imali ezalayo njalo. Kwafika nje ukuthi ngithi "Nyazi lwezulu ngicela uqede lento yokuphila ngesikweletu kmina". Konke ngakukhuluma ngihlezi phezu kombhede ekhaya. uJune namhlanje, akekho umuntu owake wangbuza, noma wangfonela eBank engbuza ngaleskweletu. Kuze inamhlanje kuthule nje. Angikaze ngikhokhe mali. Impilo yami ibuyele esimweni. "Lukhulu uNyazi, zwana ngami". Ngyabonga

  • @sdvs653
    @sdvs653 3 года назад +9

    Mmmm umusa owehlela kithi mkhulu💓💓

  • @luckykhanyeza9112
    @luckykhanyeza9112 3 года назад +10

    Akekhonoyedwa okhona onguNkulunkulu ngaphandle kweNkosi uShembe UNyazi LweZulu makabongwe ongaphezukwakokonke ungumdali wezulu nomhlaba✨💯♥️

  • @ernestmthiyane3350
    @ernestmthiyane3350 3 года назад +5

    Oh yes sasikhona nguye nkosiyamakhosi 👏👏

  • @nkosingiphiledelani1172
    @nkosingiphiledelani1172 3 года назад +7

    Ameee....kade wabakhona owaseZulwini

  • @nosimilonkambule1407
    @nosimilonkambule1407 2 года назад +1

    Uze usikhumbule Shembe !🙏sibakho Nyazi lwezulu

  • @clintdlamini690
    @clintdlamini690 3 года назад +5

    Ubani uShembe?!! Nkosi uze usikhumbule 🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 года назад +2

    UNYAZI LUPHELELE NGEMPELA ❤ 😍 💖 ❣

  • @sbusisokhumalo2708
    @sbusisokhumalo2708 3 года назад +4

    Ufanele ukubongwa!

  • @ntokozogumede4141
    @ntokozogumede4141 Год назад +2

    Vusa omunye endlini yami

  • @luxolobuthelezi3472
    @luxolobuthelezi3472 3 года назад +8

    HAMBISANI LEZ ZINDABA ZIYE KUWO WONKE UMHLBA

  • @owenshelembe6708
    @owenshelembe6708 3 года назад +5

    Mmmmmm Ayibongwe inkosi

  • @SiphamandlaNgubane-ic8gf
    @SiphamandlaNgubane-ic8gf 6 месяцев назад +1

    uShembe uwuNkulunkulu

  • @lindie7311
    @lindie7311 3 года назад +4

    Sikhusel Nkosi singahlubuk

  • @siyandamselekuenkunzi3331
    @siyandamselekuenkunzi3331 3 года назад +2

    Amen

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 3 года назад +3

    Amen 🙏

  • @msawenkosimathe5490
    @msawenkosimathe5490 2 года назад +2

    UNyazi lwagcotshwa abaseZulwini

  • @thembekilemsomi1149
    @thembekilemsomi1149 Год назад

    Shembe lasted up to Ilanga lamalanga

  • @mhlengenimiya5993
    @mhlengenimiya5993 3 года назад +3

    So izolo ngeSabatha bengibase i heater kubanda la egoli, ngithe uma ngingena ku RUclips ngivula le video, i heater yami yavele yacima nya ize yasebenza ntambama, bengithi isifile kanti lutho, ngabe bekuwuShembe? Ay ezinye izinto ziyamangaza

  • @scelosimphy3194
    @scelosimphy3194 2 года назад

    Uban lobaba?

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 3 года назад +2

    Makabongwe

  • @sihledlamini3857
    @sihledlamini3857 3 года назад

    Ey amanga makholwa🤣

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 года назад +2

      Why uthi amanga? wawukhona?

    • @buhlemhlongo4865
      @buhlemhlongo4865 3 года назад +2

      Hey!!! Ngelinye hilanga uJesu wahamba phezu kolwandle izinyawo zakhe zangathinta phansi-- ubezwe bethi yaah my God has eyi Nkosi yaaam athi omunye Glori, makukhulunywa ngemisebenzi eyenziwa uShembe kuthiwe manga Yoo loze livelephi iqiniso?

    • @mandlamkhize343
      @mandlamkhize343 Год назад

      Mmmmmm eish emhlabeni uyeza umhlaphela naye uShembe uyohlulelwa ngoba umuntu hhayi uNkulunkulu

  • @thobekambhele8843
    @thobekambhele8843 Год назад

    Amen